I-ANC ikopela okwenziwa yi-EFF - Malema

2018-01-15 07:55

Polokwane – I-ANC ilandela konke okwenziwa yi-EFF, akuseyona ekhomba indlela, kusho umholi we-EFF uJulius Malema ekhuluma nabalandeli ePolokwane ngoMgqibelo.

UMalema selokhu asungula i-EFF uqhuba umkhankaso wokudliwa komhlaba ngaphandle kwesinxephezelo.

Uthi nakuba lokhu yakugxeka kakhulu i-ANC, sekuyiyona manje ehamba phambili ngalolu daba.

Abaholi be-ANC sekuyibona abafuna kuthathwe umhlaba singabikho nesinxephezelo.

Utshele abalandeli beqembu lakhe ukuthi akumele bakhathazeke uma kugxekwa izinto abazishoyo ngoba bona labo abazigxekayo bagcina sebefuna ukuzisebenzisa.

OLUNYE UDABA: I-DA igxeke i-EFF ngokuhlaselwa kwezitolo zakwa-H&M

"I-ANC akuseyona ekhomba indlela. I-EFF yathi akuthathwe umhlaba ngaphandle kwesinxephezelo, i-ANC yalandela,” kusho uMalema
"Ngesikhathi sikhuluma ngemfundo yamahhala ezoqala ukubonakala sisaphila, bathi ‘siyagula’, bathi sishisa amanyuvesi ngoba asithandi ukufunda.

"Namhlanje yona [i-ANC] ithi sekuzoba nemfundo yamahhala,” kusho uMalema.

Uphinde wathi ukuba i-ANC kaNelson Mandela ayizan

ge ilibale ukwakha izindlu zomxhaso kahulumeni kusukela ngo-1994, kodwa kunalokho yafundisa abantu mahhala, ngabe indaba yemali ‘yeqolo’ ayikho ngoba abantu ngabe bayasebenza futhi bazakhela ngokwabo izindlu.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.