I-ANC iqhekeke lokhu okokugcina manje - Buthelezi

2016-07-31 11:01

Nkandla – Umholi weNkatha Freedom Party (IFP) uMangosuthu Buthelezi uthi irekhodi le-African National Congress (ANC) lokuhluleka ukubuyisela izidingo emphakathini yisona sizathu sokuthi ingavotelwa.

Ubekhuluma nabalandeli eNkandla ngesikhathi egaya ivoti njengoba kubhekwe okhethweni ngomhlaka-3 Agasti.

OLUNYE UDABA: I-IFP ayisilo iqembu lezigebengu - Buthelezi

I-IFP yaphuca i-ANC iNkandla ngo-2012, kanti uButhelezi uthi kusukela ngaleso sikhathi, uKhongolose ulokhu uqambela abantu amanga.

“Ngisho noma umnotho untenga, izinga labantu abangasebenzi liphezulu, amanani okudla ephezulu nendlala ibhuqa abantu, i-ANC ilokhu ithi 'yenze umsebenzi oncomekayo'."

UButhelezi uthe i-ANC iqhekeke lokhu okokugcina njengoba iya kulolu khetho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.