I-ANC izovuka izithathe - Ramaphosa

2016-08-05 17:13

Pretoria – Iqembu le-ANC lizovuka lizithathe futhi, nakuba abantu sebecabanga ukuthi kuphelile ngayo, kusho iphini likamengameli, uCyril Ramaphosa, ngoLwesihlanu.

Uthe kusasekuseni kakhulu ukuba sekungahlaziywa ngokwehla kweqembu.

URamaphosa ubekhuluma nezintatheli esikhungweni semiphumela yokhetho.

Funda nalolu daba: Inkantolo ichithe isicelo sentatheli eyaxoshwa eSABC

Uthe nakuba i-ANC isiyivumile induku eNelson Mandela Bay Metro, isanethemba lokuthi izophumelela kwabanye omasipala abakhulu (eGoli, eKurhuleni, eThekwini naseTshwane).

"Komasipala abangu-213 (asebebaliwe), sesinqobe abangu-142.”

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.