I-ANC ngeke iqembuke, kusho uRamaphosa

2017-05-21 18:31

Rustenburg – USekela Mengameli uCyril Ramaphosa usewaphebezile amahlebezi athi kunoqhekeko oluvunguzayo eqenjini elibusayo, i-African National Congress.

Ubethula isifundo sokuhlonipha lowo owayengumholi weSouth African Communist Party, uMoses Kotane, eRustenburg, ngeSonto.

Bekugcwele kuthe phama eBen Marius Hall lapho amalungu e-SACP nawe-ANC abecula khona amaculo avuna uRamaphosa.

URamaphosa uthe utshele iisikhungo esiklelisa iminotho yamazwe, iMoody’s, ngesonto eledlule ukuthi: "Ngeke siyivumele i-ANC ukuba ihlukane phakathi."

OLUNYE UDABA: UCyril Ramaphosa angeke abe ngumengameli – Malema

Uthe uhlangane nalesi sikhungo ngoLwesihlanu.

IMoody's  yisona kuphela isikhungo esingakaze sibeke iNingizimu Afrika ezingeni lomnotho elisesigabeni esiphansi kakhulu, nokuyinto eyenziwa yiFitch neStandard & Poor ngemuva nje kancane kokuthi uMengameli Jacob Zuma eguqule iKhabhinethi lapho afaka khona amasondo uNgqongqoshe wezeziMali uPravin Gordhan neSekela lakhe uMcebisi Jonas.

URamaphosa uthi uyiqinisekisile iMoody’s ukuthi ngeke inhlangano iqembuke uma sekuyiwa enkomfeni yokuqokwa kobuholi ngoDisemba.

URamaphosa usembangweni wesokwengamela ekanye nalowo owayenguSihlalo we-African Union Commission, uDkt Nkosazana Dlamini-Zuma.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.