I-ANCWL izoxoxisana ne-Amcu kulandela 'ukuxoshwa' kukaDlamini-Zuma eMarikana

2017-08-23 12:32

Johannesburg - UNobhala Jikelele we-African National Congress Women's League (ANCWL) uMeokgo Matuba, uthi lolu phiko luzoxhumana nabantu baseMarikana ngenhloso yokuxazulula ukungaboni ngasolinye.

Lokhu kulandela ukuhilizisana okubekhona phakathi kwamalungu okukholakala ukuthi ngawenyunyana yabasebenzi i-Association of Mineworkers and Construction Union (Amcu), kanye nawophiko lwabesifazane kwi-ANC.

Lokhu kuhilizisana kuholele ekutheni lowo ogaqele isikhundla sikamengameli kwi-African National Congress (ANC) uDr Nkosazana Dlamini-Zuma asheshe aluphothule uhambo lwakhe lwaseMarikana.

OLUNYE UDABA: Sekuphinde kwabulawa omunye futhi umuntu ehostela eMlazi

Ubehlele ukuhambela lapho amaphoyisa abulala khona abavukuzi abangu-34 eminyakeni emihlani eyedlule.

Kodwa uDlamini-Zuma nalabo abehamba nabo baxoshiwe kule ndawo, izakhamuzi zibasola ngokufika ngoba sekusondela isikhathi sokhetho, bafuna ukuzokhankasa, kubika iSABC.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.