I-ANCYL ifuna kuvulwe isiteshi samaphoyisa eN West

2017-02-04 09:00

Johannesburg - Kumashe amalungu e-African National Congress Youth League (Ancyl) esifundeni saseBojanala, eNorth West ngenxa yenkinga yokungabi bikho kwamaphoyisa.

Lokhu kuza ngemuva kokushiswa kwemizi emihlanu kubalwa nowabazali baNgqongqoshe wezeMfundo eNorth West uSello Lehari.

ULehari uphinde yiSekela likaSihlalo we-ANC esifundazweni.

OLUNYE UDABA: Kumashe izakhamuzi zasehostela eMlazi

I-ANCYL ifuna kuvulwe isiteshi samaphoyisa esakhiwa eminyakeni emithathu eyedlule.

Amalungu e-ANCYL amashe esigodini saseMoeka aze ayofika ngaseMmotla eduzane naseHammanskraal.

Le ndawo yayiyinsawo okwenzeka kuzo izigameko ezaholele ekutheni kushiswe imizi emihlanu. Njengamanje i-ANCYL ifuna isiteshi samaphoyisa siqale ukusebenza.

 - SABC

 - “Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter                

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.