I-ANCYL ikhuthaze ukuvikelwa kwabesifazane

2017-05-27 10:50

Durban – Uphiko lweNtsha lwe-African National Congress Youth League KwaZulu-Natal ngoLwesihlanu lunxuse umphakathi ukuba uvikele abesifazane, ungabahlukumezi.

"Akuqondakali ukuba umuntu wesilisa angamlimaza kanjani owesifazame ekubeni sonke siphuma kumuntu wesifazane. Akumele balinyazwe. Kumele bavikelwe,” kusho unobhala we-ANCYL uThanduxolo Sabelo.

USabelo ubekhuluma emashini ebisuka eKing Dinizulu Park ilibhekie eCity Hall eThekwini nebihanjelwe abantu abalinganiselwa kwabangu-500.

Uthe i-ANCYL izama ukuqhuba umkhankaso woqwashisa ngokuvikela abesifazane kulabo ababadlwengulayo nababathumbayo.

OLUNYE UDABA: Kushaqwe amaselula, imali nezikhali ejele

"Sinxusa oNgqongqoshe bezokuphepha komphakathi ukuba baqinisekise ukuthi lokhu kuyenzeka. Uma amaphoyisa ekwazi ukuza emashini (ezogada) kumele akwazi nokuhamba eyokuvikela abesifazane.”

Uphinde wathi uhulumeni kumele aqinisekise ukuphepha kwabo bonke abantu.

UJesse Duarte bekulindeleke ethule inkulomo yakhe kule mashi kodwa wangaphumelela ngenxa yomhlangano ophuthumayo weNEC ye-ANC ngoLwesihlanu ntambama.

UMeya weThekwini uZandile Gumede, naye obekulindeleke akhulume, akaphumelelanga.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.