I-ANCYL isihoxise icala ebilivulele obenguNgqongqoshe wezeMpilo

2017-02-04 15:12

Johannesburg – Uphiko lweNtsha ye-ANC eGauteng luhoxise icala ebilivulele lowo obenguNgqongqoshe wezeMpilo uQedani Mahlangu esifundazweni.

Lolu phiko luphinde lwahoxisa nalokho elikubuze ngamazwi angemahle eliwasho kulandela isigameko sokushona kweziguli.

Uphiko lwentsha lwagxeka kabi uMahlangu okushone iziguli ezingu-94 eziphazamiseke ngokomqondo ngaphansi kwesandla sakhe, kulandela ukukhishwa kwazo eLife Esidimeni hospital zayofakwa ezikhungweni zezempilo ezizimele.

OLUNYE UDABA

Phambilini, lolu phiko lwathi lesi sigameko sikhomba ngokusobala ukuthi uMahlanganu akabakhathalele kangakanani abantu abangakwazi ukuzivikela.

Ngemuva komhlangano ababenawo nagatsha le-ANC eGauteng, uphiko lube selujika isinqumo salo.

Luxolisile, kanti manje luthi amazwi eliwashilo nezenzo zalo zigqugquzelwe ngabezindaba. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.