I-ANCYL izobhikisha emabhange akwa-Absa ifuna bakhokhe imali yoMbuso

2017-01-26 07:58

Johannesburg – UPhiko lweNtsha ye-ANC lufuna u-Absa ikhokhe imali okuthiwa leli bhange latakulwa ngayo nguhulumeni wobandlululo.

Lolu phiko luthi lufuna amalungu alo abhikishe ngaphandle kwawo wonke amagatshwa aleli bhange ezweni ngoLwesine.

I-ANCYL ifuna u-Absa ubuyise imali engaphezu kuka-R2-billion yoMbuso.

OLUNYE UDABA: Kulimale 5 wezingane kuqubuka umlilo esikoleni

Lokhu kusuke ngemuva kombiko kaMvikeli woMphakathi owaputshuka, omayelana nezimali ezadliwa ngesikhathi sobandlululo.

Izinsolo zithi uhulumeni kaMbeki wehluleka ukuqoqa inzalo yemali okwatakulwa ngayo iBankcorp (Absa) nguhulumeni wobandlululo.

U-Absa uthi umbiko oputshukile unezinto eziningi ezingelona iqiniso kanti leli bhange lifuna ukuwuphonsela inselelo.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.