'I-CPS ihlomula ngabantu abahlwempu'

2017-03-15 11:00

Johannesburg - ICash Paymaster Services (CPS) iyaziphika izinsolo ezithi ihlomula kakhulu ngabantu abahlwempu.

Isikhulu esiphezulu seSygnia uMagda Wirzycka sithi i-CPS ibolekisa ngemali kubantu abahola imali yezibonelelo zikahulumeni, futhi inezinhlelo zomasingcwabisane, imishwalense, idayisa nangama-airtime nogesi, bese kubanjelwa abantu imali uma behola.

UWirzycka uthi lokhu kufana nokunika izidakamizwa umuntu ozidla ngokweqile nosekuhluleka ukuzilawula.

Uthe lokhu kwenza i-CPS yenze inzuzo ephindiwe.

Kodwa isikhulu esiphezulu se-CPS uSerge Belamant siziphikile lezi zinsolo.

OLUNYE UDABA: Kuboshwe nephoyisa kwabasolwa ngokubamba inkunzi e-OR Tambo

Uthe ababolekisi ngemali kuwona wonke umuntu othola isibonelelo sikahulumeni futhi iningi labantu abathola izibonelelo banezivumelwano nezinye izinkampani.

Khonamanjalo, i-CPS ixwayise iSouth African Security Agency (Sassa) ngokuthi uma kuphela usuku lwangoLwesithathu ingasayinwanga inkontileka yokuholela abantu imali yezibonelelo zikahulumeni, ngeke yakuqinisekisa ukuthi abantu bazoyithola yini imali yabo ekupheleni kwenyanga ephezulu uma inkontileka esebenzayo isiphelelwa yisikhathi.

INkantolo yoMthethosisekelo ilalela ukuphikisana ngalolu daba namhlanje ngoLwesithathu. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.