I-DA isaqhubeka nokuxoxisana ne-EFF ngokusebenzisana

2016-08-10 19:01

Cape Town – IDemocratic Alliance (DA) ngoLwesithathu ibisazama ukuxoxisana ne-Economic Freedom Fighters (EFF) ngenhloso yokwakha uhulumeni wobumbano.

Lokhu kungemuva kokuba kokuchitha imibiko ethi leli qembu lizimisele ngokunikeza amanye amaqembu ukuba aphathe eTshwane nakwamanye amadolobha ukuze lona lizophatha eGoli.

Okhulumela i-DA uthi izingxoxo ziyaqhubeka wathi kodwa kunzima njengoba ne-African National Congress (ANC) izimisele ngokwenza konke okusemandleni ayo ukuheha i-EFF.

Funda nalolu daba: INumsa yeseka isiteleka embonini kaphethiloli

Ngemuva kokungenela ukhetho lomasipala okokuqala ngqa, i-EFF ithole ngaphezu kuka-8% wamavoti ezweni lonke kanti iDA ne-ANC bazimisele ngokusebenzisana nayo.

UJames Selfe, weDA, uthi bakholelwa ezintweni ezahlukene kakhulu ne-EFF, kodwa wathi uyathemba ukuthi  ngeke lokho kubenomthelela ongemuhle ekutheni basebenzisane komasipala ngoba imisebenzi kahulumeni kazwelonke ayifani neyomasipala.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.