I-DA isidalule ukuthi isinqobe omunye umasipala omkhulu

2016-08-05 18:36

Pretoria – Nakuba umholi weDA uMmusi Maimane ethi sebewunqobile umasipala waseTshwane okhethweni lohulumeni basekhaya, akafunanga ukuphawula ngomasipala waseGoli.

"Ngizolinda kancane ukuze izinto zicace kahle,” usho kanje etshela izintatheli.

Funda nalolu daba: I-ANC izovuka izithathe - Ramaphosa

Uthe nakuba izibalo zokugcina zisangena, izindaba ziyathembisa.

"Ngibonga bonke abantu futhi ngihalalisela nemeya entsha.”

Phambilini i-ANC ivume induku eNelson Mandela Bay esithathwe yiDA, kubika i-Election Bureau.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.