I-DA isishaye "ungqimphothwe" ngokumisa uHelen Zille

2017-06-04 09:03

Johannesburg – Kubonakala sengathi i-Democratic Alliance (DA) isishaye ungqimphothwe ngokumisa lowo owayengumholi waleli qembu uHelen Zille.

Lokhu kulandela isitatimende sakamuva esikhishwe yileli qembu esibhalelweyena ukuqinisekisa ukuthi umiswe okwesikhashana.

Lokhu kuphambana nesimemezelo esenziwe wumholi waleli qembu uMmusi Maimane ngoMgqibelo ngokuthi uZille usemisiwe kuleli qembu kulandela imibhalo yakhe enobandlululo ezinkundleni zokuxhumana.

UMaimane uthe kusobala ukuthi uZille unemizwa nemiqondo ehlukile kunaleyo yeqembu mayelana nempokophelo yalo njengoba kubhekwe okhethweni luka-2019.

OLUNYE UDABA:Bashaye ungqimphothwe abasolwa kwelomqwayizi

“Ngimcelileukuba axolise kuzo zonke izakhamuzi zaseNingizimu Afrika futhi axolise nakumalungu eDA ngomonakalo awudalile, ngeshwa unqabile ukuxolisa,” kusho uMaimane.

Uqhubeke wathi uZille umisiwe ekwenzeni yonke imisebenzi ehambisana naleli qembu kuzo kuphothulwe inqubo yokuqondiswa kwezigwegwe.

Isitatimende sakamuva sikhomba ukuthi leli qembu selishintshe umshovo

“UZille simnike ithuba lokuthi asichazele ukuthi kungani engafaneleamiswe,” kusho leli qembu ngesitatimende.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.