I-DA ithi inethemba lokuthola amavoti abeNFP eKZN

2016-07-05 19:01

Durban – Ukuvalelwa ngaphandle kwe-National Freedom Party kulandela ukwehluleka kwayo ukubhalisa ngesikhathi ukungenela ukhetho kulo nyaka kuzovulela amanye amaqembu amathuba, kusho umholi weDemocratic Alliance KwaZulu-Natal, uZwakele Mncwango ngoLwesibili.

"Njengeqembu, ngeke sikushaye indiva lokhu. Njengoba bevalelwe ngaphandle, maningi amathuba okuthola ithuba lokusebenza kwabanye omasipala.”

Funda nalolu daba: Kozekubuye uJesu kubusa i-ANC - Zuma

I-DA inethemba lokuthi abalandeli beNFP bazovotela yona kulokhu, kusho uMncwango, oqhube wathi amaqembu aphikisayo anomsebenzi obaluleke kakhulu awenzayo wokubheka ukuthi izinto zenziwa ngendlela yini.

Umgcinimafa we-NFP uXolani Ndlovu kuthiwa wehluleka ukukhokha imali yokubhalisa iqembu kwi-Electoral Commission of SA (IEC) ngaphambi komhlaka 2 Juni womnqamulajuqu.

Iqembu lababela enkantolo yezokhetho kodwa yabachitha.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.