I-DA ithi izoveza ubufakazi ngezinsolo zenkohlakalo ezibhekene noPhahlane

2017-01-26 07:30

Johannesburg - IDemocratic Alliance (DA) ithi ngoLwesine izoveza obunye ubufakazi ngezinsolo ezithitha ibamba likaKhomishana wamaphoyisa kuzwelonke, uKhomotso Phahlane.

I-Eyewitness News ngoLwesithathu ibike ukuthi i-Independent Police Investigative Directorate (Ipid) yenza uphenyo nangokuthi uPhahlane wazithenga kanjani izimoto zakhe.

Ngeledlule, abaphenyi be-Ipid basesha emzini kaPahlane njengengxenye yophenyo lwenkohlakalo oluqhubekayo.

OLUNYE UDABA: Ushaywe washona obesolwa ngokweba amabhodwe KwaDambuza

I-DA ithi izokhipha imiqulu njengobufakazi benkohlakalo asolwa ngayo uPhahlane.

Leli qembu lithi lizophinde lethule nohlelo oluzoqinisekisa ukuthi lolu daba luyabhekisiswa.

Ihhovisi likaPhahlane lithi uphenyo lwakamuva ngezimoto zakhe luyingxenye yokumhlambalaza. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.