I-DA ithi lingu-37.3% izinga labaphase u-matric, hhayi u-75.1% omenyezelwe

2018-01-05 09:31

Johannesburg - IDemocratic Alliance isichaze imiphumela yakamuva kamatikuletsheni njengento ekhathazayo, okungamele ijatshulelwe.

UNomsa Marchesi‚ obhekele ezemfundo kwi-DA, uthe izinga lika-75.1% okuphumelele ngalo abafundi bamatikuletshi elimenyezelwe ngoLwesine ebusuku alivezi ubunjalo besimo sezemfundo kuleli.

“Izinga lemfundo eNingizimu Afrika alibingcono nakuba uNgqongqoshe weMfundo eyisisekelo, u-Angie Motshekga‚ encoma imiphumela ka-2017‚” kusho uMarchesi esitatimendnei.

“Nakuba izinga elingu-75.1% lingabukeka ligculisa, akenzanga okwanele okubhekana nezinga langempela lokuphasa kwabafundi – bangaki abafundi ababenza u-grade 10 eminyakeni emibili eyedlule abaphumelele umatikuletsheni – nezinga eliphezulu lezingane eziyeka isikole.”

OLUNYE UDABA: IFree State iyona ehambe phambili ngemiphumela ka-matric

UMarchesi uthi u-41% wabafundi ababenza u-grade 10 ngo-2015 abazange bawuphase umatikuletsheni ngonyaka odlule -futhi asamukelekile nesibalo sezingane eziyeka isikole.

“UNgqongqoshe kodwa akakuboni lokhu njengenkinga futhi wasinqaba nesicelo sethu sokwenza uphenyo ngokuyeka isikole kwabafundi,” kusho uMarchesi.

I-DA ithi empeleni izinga labaphumelele u-matric ngonyaka odlule akuwona u-75.1% kodwa u-37.3% uma kubalwa nalabo bafundi ababenza u-grade 10 ngo-2015 abangaphumelelanga noma abasiyeka phakathi isikole.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.