I-DA ithi uRamaphosa ubhedile ngokukhetha uMabuza

2018-02-27 12:29

Johannesburg - IDemocratic Alliance [DA] ithi ukuqokwa kukaDavid Mabuza kwesokuba yiPhini likaMengameli waseNingizimu Afrika kube yisinqumo esibheda kunazo zonke kwezenziwe nguMengameli Cyril Ramaphosa ezinguqukweni zeKhabhinethi.

USotswebhu we-DA ePhalamende, uJohn Steenhuisen, uthi uMabuza uthinteka ezigigabeni eziningi kakhulu.

“Lesi sinqumo esenziwe uRamaphosa sikuveza ngokusobala ukuthi ubeka phambili ubumbano lwe-ANC kuneNingizimu Afrika. UMabuza uzoba yinkinga kuRamaphosa eHhovisi likaMenganeli.”

OLUNYE UDABA: Kuzofungiswa amalungu amasha ePhalamende

USteenhuisen uthi ezinye izinqumo ezibhedayo ezenziwe; uRamaphosa ukugcina uBathabile Dlamini noMalusi Gigaba kwiKhabhinethi.

Uthi bekungamele kugcinwe uGigaba, uDlamini noNomvula Mokonyane kwiKhabhinethi ngoba abayenzanga kahle imisebenzi yabo.

UGigaba ukhishiwe esikhundleni sikaNgqongqoshe wezeziMali wabuyiselwa kwesokuba uNgqongqoshe woMnyango wezaseKhaya, uBathabile Dlamini ukhishwe esikhundleni sikaNgqongqoshe wezokuThuthukiswa koMphakathi wayofaka kwesokuba uNgqongqoshe wezabesifazane ehhovisi likaMenganeli, kanti uNomvula Monkonyane yena ukhishwe kwesikaNgqongqoshe wezaManzi nokuthuthwa kwendle wafakwa kwesokuba uNgqongqoshe wezokuXhumana.

- SABC

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.