I-DA ithi uZuma kumele akhokhe u-R63.9m ngeyaseNkandla

2016-07-07 16:02

Johannesburg – Umengameli uJacob Zuma kumele akhokhe imali engango-R63.9m ngenzuzo yentela yokulungiswa kwekhaya lakhe eliseNkandla, kusho iDemocratic Alliance.

“Le imali yentela ekweletwa uZuma ngokulungiswe kweNkandla nokuyimali okumele ayikhokhe,” kusho umholi weDA uMmusi Maimane ngesitatimende.

Le mali ibalwe ngokuhambisana nomthetho wentela. Lo mholi uthe lokhu kuhambisana namacala lapho isisebenzi kumele sikhokhe intela ngezimpahla abanazo ezakhokhelwa umqashi.

Lokhu akwehlanga kahle kwi-ANC ethathe lesi sitatimende se-DA njengamampunge ngoba ngokusho kwehhovisi likaMengameli uZuma akayikweleti intela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.