I-DA izomfaka enkantolo uhulumeni uma eqhubeka nolwenuzi

2017-10-23 09:31

Johannesburg - IDemocratic Alliance (DA) ithi ngeke inanaze ukufaka uhulumeni enkantolo uma ezama ukuqhubeka ngasese nenkontileka yenuzi neRussia.

Ilungu le-DA ePhalamende uGordon Mackay beliphendula imibiko ethi uDavid Mhlobo ufakwe kwesokuba nguNgqongqoshe wezaMandla ngemuva kokuba iMoscow ubekele uMengameli Jacob Zuma umnqamulajuqu wokuba kuqhutshelwe nesivumelwano senuzi esizodla izwe imali elinganiselwa ku-R1 trillion.

OLUNYE UDABA: Iyindida eyoshise intombi nezingane endlini

UMackay uthi imibiko iyamangaza kakhulu.

Uthi uMahlobo kumele athobele umyalelo weNkantolo eNkulu wango-Ephreli, othi akumele kuqhutshekwe nohlelo lwenuzi kuze kube kulandelwa zonke izinhlelo ngaphambi kokuba kwenziwe izivumelwano. Uthi kuzomele kwenziwe izinguquko ezinhlanu ezigabeni zomthetho ngaphambi kokuba kugunyazwe noma ngabe yisiphi isivumelwano.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.