I-DA izoya engqungqutheleni bengekho abaholi ababili abaqavile

2017-10-06 12:31

Cape Town - IDemocratic Alliance izobamba ingqungquthela yesifundazwe iWestern Cape ngempelasonto bengekho abaholi bayo ababili abaphezulu.

IMeya yaseKapa, uPatricia de Lille, imisiwe ukuba izibandakanye nezinto zeqembu kanti uNdunankulu waseWestern Cape yena uzobe esemshadweni.

Lokhu kusho ukuthi akekho noyedwa kubona ozokwazi ukuvota njengoba ukuvota okuyisipesheli kungavunyelwe.

OLUNYE UDABA: Ugwetshwe kanzima owadlwengula abafanyana

Bathathu abantu abagaqele isikhundla sokuhola i-DA kulesi sifundazwe ngempelasonto.

Ibamba lomholi we-DA esifundazweni, uBonginkosi Madikizela, uzobe enethemba lokuthi uzosithola ngokugcwele lesi sikhundla.

Lowo owayengukhomishana wamaphoyisa eWestern cape, uLennit Max, uzobe ezama ihlandla lesine.

Ngo-2015 wayebangisana noDe Lille kodwa wangaphumelela.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.