I-DNA iveze ukuthi ‘umsulwa; obesolwa ngelokudlwengula

2016-07-28 20:31

Durban – Owesilisa obesolwa ngokudlwengula owesifazane waseGoli owayezivocavoca maphakathi nesifundazwe iKwaZulu-Natal ngonyaka odlule, ophume ezishayela enkantolo.

Lokhu kungemuva kokuthi ukuhlolwa kolibofuzo kungamyamanisi naleli cala elenzeka ngonyaka owedlule.

Lo wesifazane uthi wahudulelwa esikhotheni esisuduzane nomgwaqo wadlwengulwa yindoda eyayimkhombe ngommese.

OLUNYE UDABA: Amaphoyisa awafuni ukunikezala ngamasampula e-DNA

Lesi sigameko sawushiya ubambe ongezansi lo mphakathi osondelene waseHowick, kwenza nokuthi abantu bawusabe umgwaqo uCurry’s Post okujwayele ukubonakala kuwo abasubathi.

Okhulumela iNational Prosecuting Authority uNatasha Ramkisson-Kara uthe ngesikhathi kuhlolwa ulibofuzo imiphumela iveze ukuthi umsolwa akazange amdlwengule lo somabhizinisi.

Uthe icala libe selikhishwa enkantolo.

Le ndoda ikhishwe ngesonto eledlule ejele kulandela ukuchitha unyaka isesitokisini ilinde ukuqulwa kwecala.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.