I-EFF idube uZuma evela ephalamende

2016-11-23 18:00

Cape Town – Iqembu le-EFF likhethe ukukuduba ukuvela kwaMengameli wezwe okokugcina ephalamende njengoba ebezophendula imibuzo ngoLwesithathu.

Kuqaphelekile ukuthi amabhentshi e-EFF abekhala ibhungane ngenkathi kuqala lokhu kuphendulwa kwemibuzo okuqale ngo-15:00 ntambamba.

OLUNYE UDABA: UNdlozi uxwayise umfundisi weDoom, "i-EFF iyeza"

NgoLwesithathu, leli qembu lithe angeke lize libambe iqhaza ngoba alimthathi uZuma njengoMengameli wezwe.

“UJacob Zuma watholwa yiNkantolo yoMthethosisekelo ukuthi waphula isifungo sakhe sehhovisi, futhi ngalokho wabukela phansi uMthethosisekelo kulokhu wahluleka ukuweseka kanye nokuwavikela,”  kusho okhulumela i-EFF, uMbuyiseni Ndlozi.

UNdlonzi uthi uZuma waqhubeka ukuvikela uMthethosisekelo mayelana nokulungiswa komuzi wakhe oseNkandla, “nalapho azuza khona ngokufanele ekuxhashazweni nasekungasebenziseni kahle kwezimali zoMbuso”.

Leli qembu liphinde lasola uZuma ngokuthinteka ekuxhashazweni kwezinsiza zoMbuso ukuze azuze yena qobo lwakhe. Lokhu kumayelana nombiko woMvikeli woMphakathi owasusa umsindo ngezinsolo zokulawulwa kombuso. 

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.

Inside News24

 
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.