Konke kumi ngomumo emcimbini wokuvula imikhankaso yokhetho - EFF

2016-04-29 07:03

Soweto- Okhulumela iqembu le-Economic Freedom Fighters uMbuyiseni Ndlozi uthi abalindele lutho olubi emcimbini wabo wokwethula umkhankaso walolu khetho, kubika iSABC.

Leli qembu lithi konke sekumi ngomumo ngalo mcimbi ozobanjelwa enkundleni yezemidlalo e-Orlando Stadium ngempelasonto.

“Asilindele lutho ezosiphazamisa ngaphandle kokuthi kube nabantu abafikayo abazoqala uthuthuva. Sizoqale sibikele amaphoyisa uma kukhona okuyinkinga kodwa nathi sizozama ngakho konke ukuzivikela,”kusho uNdlozi.

OLUNYE UDABA:Kugwazwe owe-EFF behilizisana nabe-ANC

Uthi bazocula iculo lesizwe iNkosi Sikelela njengoba umqophi wayo u-Enoch Sontonga wayeyibhalile, hhay njengoba selashintshwa kwafaka nezinye iziqeshana.

“Kunengxenye kuleli culo lesizwe ebizwa nge-Die Stem esingafuni ukuyicula futhi asiyifuni okwangempela ngoba iculo lempi. Kwakuyiculo elisemthethweni lalabo ababenodlame futhi bebandlulula abantu abamnyama, elikahulumeni wengcindezelo futhi wondlebe zikhanya ilanga.”

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.