I-EFF ithole amalungu amasha

2016-06-30 16:00

Cape Town – Balinganiselwa kwabangu-100 abantu, okuthiwa bebengamalungu e-DA eKapa, abaqembuleke kwi-EFF ngoLwesine ekuseni.

Phakathi kwabo kubalwa nobeyikhansela leDemocratic Alliance eCape Agulhas ku-Ward 1, uWarnick October nowayeyikhansela laseRavensmead uFreddie Kearns.

Ngo-2014, uKearns washiya iDA wajoyina iPatriotic Alliance, eyasungulwa uGayton McKenzie noKenny Kunene.

Funda nalolu daba: Umakhi uphushele omunye phansi bexabana

Laba abaqembuke kuDA babeke izizathu ezahlukene ngokushiya kwabo iqembu leDA, okubalwa kuzona ububha nokungalethwa kwezidingongqangi.

Inhloko ye-EFF eWestern Cape uBernard Joseph wamukele laba ngezanga ezifudumele. Wathi ngeke bazishise izikibha zeDA kodwa kungenzeka bazibuyisele kuDA.


 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.