I-EFF ixoshe amakhansela ayisithupha avota kanye ne-ANC

2017-10-09 07:53

Cape Town – I-EFF isixoshe amakhansela ayo ayisithupha emkhandlwini yaseMogale City ngokuvota ngokweseka i-ANC.

ICentral Command Team ye-EFF ithathe lesi sinqumo ngemuva komhlangano obungoMgqibelo kulandela uhlelo lokuqondiswa kwezigwegwe.

"Ngomhlaka 11 Julayi 2017, amakhansela ayisithupha e-EFF ashaya indiva umyalelo we-EFF wokuba angabi yingxenye yokuvotelwa kwesabelomali, i-ANC eyayifuna kuphasiswe esayo.

Amakhansela awagcinanga nje ngokusiza ukuba umhlangano uqhubeke ngokuba khona kwabo, aphinde avota ngokweseka isabelomali se-ANC,” kusho okhulumela i-EFF uMbuyiseni Ndlozi esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: ICope imise usihlalo wayo esifundazweni

Uthi inhlangano ayiluthathanga kancane lolu daba ngoba lokhu kuvumela ukuba izimali ziphinde ziphathwe yi-ANC eyakhishwa ngabantu eMogale City okhethweni lohulumeni basekhaya lwango-2016.

"Ngaleyo ndlela, la makhansela ayisithuypha, uNhlanhla Shilubane, Nomonde Nkatu, Lemogang Modisane, Eric Baloyi, Edward Motsitsi noSimanga Mkhumbeni, baxoshiwe,” kusho uNdlozi.

Uthe amakhansela axoshiwe analo ilungelo lokuphikisa isinqumo sokuxoshwa kwawo kodwa nakuba kunjalo ngeke avunyelwe eqenjini ngoba nakhu esafake leso sicelo.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.