I-EFF izoqinisa ezokuphepha kulandela imibiko 'eyetulo lokubulala uMalema'

2018-04-18 18:00

I-Economic Freedom Fighters (EFF) isiqinise ezokuphepha ebuholini bayo ngemuva kokulunywa indlebe ngezinsolo zetulo elakhiwayo okuhloswe ukuthi kubulawe kulo umholi wayo uJulius Malema.

Yize iqembu lingazimisele ukudalula imininingwane mayelana netulo okuthiwa liyakhiwa, ngenxa yezizathu zezokuphepha, lithi amaphoyisa azisiwe ngalo.

I-EFF ithi izimisele ngokuvula icala esiteshini samaphoyisa kanti okwamanje isabhalele uNgqongqoshe wamaPhoyisa uBheki Cele incwadi imazisa ngezinsongo ezenziwayo zokubulala uMalema.

OLUNYE UDABA: UMalema noNgqongqoshe waseZim ‘bayasebenzisana’ ukuketula uMugabe – Umbiko

Esitatimendeni esikhishwe yiqembu, lithi lokhu kuza nje sekusele kancane liqumbe phansi i-ANC eNorth West kanti lezi zinsongo akumele zithathwe kancane.

Oyibamba lomkhulumeli waleli qembu kuzwelonke, uTebogo Mokwele, uthe: “Ngeke sikwazi ukudalula ukuthi ezokuphepha zethu zisebenza kanjani, kepha esizokwenza thina wukuthi siziqinise.

"Lokhu ngeke kwenziwe kuphela kuMalema, kepha kuzokwenziwa ebuholini bonke beqembu. Umnyango wezokuphepha umatasa namalungiselelo."

Isitatimende:

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts

Jobs in Cape Town [change area]

Jobs in Western Cape region

IT Manager (contract)

Cape Town CBD
Communicate Cape Town IT
R330 000.00 - R458 000.00 Per Year

Reporting Accountant

Cape Town
Network Finance Professional / Prudential
R310 000.00 - R360 000.00 Per Year

Cluster Financial Manager

Cape Town
Network Finance
R950 000.00 - R1 000 000.00 Per Year

Property [change area]

There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.