I-EFF yamukele isinqumo sokumiswa kohlelo lokudilizwa kwemijondolo

2017-09-23 13:00

Johannesburg - I-Economic Freedom Fighters (EFF) isamukele isinqumo sokumisa uhlelo lokukhishwa kwezakhamuzi ezihlala emijondolo eseLenasia South.

Le nhlangano ithi ngemuva komhlangano neMeya yaseGoli uMayor Herman Mashaba kanye nowezokuphepha komphakathi kuleli dolobha, uMichael Sun, kuvunyelwene ngokuthi kumiswe ukukhishwa kwabantu kule ndawo.

OLUNYE UDABA: Kushone 7 kugingqika iveni

Kushone abantu ababili kwalimala abaningi ngoLwesihlanu ngesikhathi itholene phezulu phakathi kwampahoyisa kanye nabeRed Ants ebekhipha abantu abahlezi kule ndawo ngokungemthetho.

Unobhala we-EFF eGoli uSilumko Mabona uthi ayikho indlela emfishane nesheshayo yokubhekana nenkinga yezindlu.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.