I-Egypt izobhekana neCameroon kowamanqamu we-AFCON

2017-02-03 11:36

Durban - Amaqembu athathwa njengamkhulu kwelikanobhutshuzwayo e-Afrika i-Egypt kanye ne-Cameroon yiwona azogadulisana kowamanqamu ku-AFCON yalo nyaka.

Lo mdlalo uzodlalelwa enkundleni i-Stade de l’Amitie edolobheni iLibreville ngeSonto ebusuku ngo-21:00, kubika iSupersport.

Iqembu laseCameroon lingelinye lamaqembu abenganakekile kulo mncintiswano ngoba iningi labadlali balo abahamba phambili bebengekho.

OLUNYE UDABA:Ukhethe ukusula umqeqeshi iqembu likhishwa ku-Afcon

Kumangale wonke umuntu njengoba leli qembi lishaye izithenjwa iGhana nokuyiyona ebibhekwe abaningi ukuthi iyona ezongena kowamanqamu.

EzikaFaro yiqembu elikhulu futhi eselidle imihlanganiso eminingi kakhulu lapha e-Afrika, kanti lidlale kahle kusukela ekuqaleni kwalo mncintiswano.

Akubamangazanga abantu abaningi ukuthi ishaye iBurkina Faso ngoLwesithathu, yize yayishaya ngamaphenathi.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.