I-Eskom ibungaza unyaka ingekho i-load shedding

2016-08-08 19:10

Johannesburg  - I-Eskom iqeda unyaka namhlanje ngoMsombuluko yagcina ukunqamula ugesi ngenxa yengcindezi.

Le nkampani kagesi ithi imbangela enkulu yalokhu  wuhlelo enalo lokulungisa iziphehli zikagesi ebilusebenzisa ezinyangeni ezingu-12 ezedlule.

Unyaka uphela nje u-Eskom uyala ukusayinisa izinkampani ezizimele ezizokhiqiza ugesi, nosekwenze kwanokwesabela ukuthi ugesi ungase ushode kuphinde kubenokunqamuka kwawo.

Funda nalolu daba: I-ANC ihlela ukuphendula amatafula

NgoJulayi 29 i-Eskom yakuhlehlisa ukusayinisa inkontileka izinkampani ezizimele ezizophehla ugesi.

I-Eskom noMnyango wezaMandla kubikwa ukuthi sebefakele abantu abangaphezu kwabangu-4.6 million ugesi ezweni lonke kusukela ngo-1991.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.