I-Eskom ixwayisa ngokufaka izingqwembe ezigxobeni zikagesi

2016-07-25 10:03

Cape Town – I-Eskom isinxuse amaqembu ezombusazwe ukuba angazifaki ezigxobeni zikagesi izingqwembe zawo zokukhankasa ngoba kuyingozi futhi akukho semthethweni.

Lenkmpani kagesi ithe izigxobo noma izigubhu zikagesi zinomlilo ongalimaza abantu kabi uma kwenzeka uthinteka ngephutha.

Funda nalolu daba: Iyaqhubeka imizamo yokubuyisela amabhasi emgwaqeni

I-Eskom ithe ngokwe-Electrical Machinery Regulations, yizisebenzi ezigunyaziwe kuphela ezivunyelwe ukugibela ezigxobeni noma ukusebenza ezigujini zikagesi.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.