I-IEC izwakalisa ukubaluleka kokubhalisela ukuvota

2018-03-11 12:04

Johannesburg - Isikhulu esiphezulu se-Independent Electoral Commission, uSy Mamabolo, sizwakalise ukubaluleka kohlelo lokhetho nokubhalisela ukuvota.

NgoMgqibelo bekuwusuku lokuqala lokubhalisela ukuvota, nokuyilapho kunxuswe khona amalungu omphakathi ukuba avakashele izikhungo zokuvota ukuvuselela imininingwane noma ukuyobhalisela ukuvota okhethweni lwango-2019.

OLUNYE UDABA: Kudutshulwe kwabulawa owe-ANC

Zingaphezu kuka-70 000 izikhulu zokhethi ezifakwe ukuba zisebenze ezikhungweni ezingaphezu kuka-22 000 ezweni lonke.

UMamabolo uthi unethemba lokuthi ukubhalisela ukuvota kuzoqhubeka ngaphandle kwezihibe ngeSonto.

“Asisebenzise leli thuba nanamhlanje. Sivulile manje kuze kushaye ihora lesihlanu,” esho.

- SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.