I-IFP iphika eyokudicilela phansi i-NFP

2016-07-15 10:00

Durban - Inkatha Freedom Party (IFP) isiphike izinsolo zokukhokhela izikhulu zeNational Freedom Party (NFP) imali engu-R6 million ukuze izolibala ukufaka idiphozithi kwi-Independent Electoral Commission (IEC).

Umholi we-IFP  Inkosi Mangosuthu Buthelezi ubekhuluma ngesikhathi evakashele eMpangeni KwaZulu-Natal eyokhankasela ukhetho.

OLUNYE UDABA: I-NFP izokwazi ukumela ukhetho enquthu

INFP ayizange iyikhokhe idiphithi efunekayo kwabe-IEC singakashayi isikhathi sokuqijnisekisa ukuthi izolungenela ukhetho lohulumeni basekhaya. I-IEC isiyikhiphile iNFP ekubeni yingxenye yokhetho kanti futhi iNFP iphinde yachithwa yiNkantolo yezoKhetho 

UButhelezi uthi amaphepha e-IFP asuswa ngabe-NFP kwezinye izifundazwe, ephelezelwa ngamagama anendelelo abhekiswe kuye, kubika i-SABC.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.