I-IFP ixwayise abefundisi ngaphambi kokhetho

2016-07-04 10:02

Johannesburg - Iqembu le-IFP lidonse ngendlebe abefundisi lithi bangavumeli ukusetsheniswa osopolitiki, baphendule amasonto inkundla yokugaya amavoti njengoba sekusondela ukhetho.

INkosi uMzamo Buthelezi eyisekela likamengameli we-IFP, isho lokhu ngesikhathi yethula inkulumo emkhulekweni obuhlelwe uMasipala waseMthonjaneni, enyakatho yeKwaZulu-Natal, ngoLwesine.

Funda nalolu daba: Basinde ngokulambisa kudutshulwa ibhasi eMlazi

Lo mkhuluko bekuhloswe ngawo ukuvala izigameko zokubulawa kwabantu, ukukhwabanisa nenkohlakalo ngaphambi kokhetho lohulumeni basekhaya, kubika iphephandaba ILANGA.

INkosi Butheleni ithi abefundisi abavuke emaqandeni bangavumi ukusetshenziswa ngosopolitiki isidingo singekho ngoba uMdali uyolibeka kubona icala lokuvumela ukuba kukhohliswe abazalwane.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.