I-Ipid iphenya iphoyisa ngezinsolo zokudlwengula

2016-07-14 08:12

Pretoria - Iphoyisa eliphezulu lasePitoli liphenywa ngamaphoyisa i-Independent Police Investigative Directorate (Ipid) ngomubandakanyeka ezinsolweni zokudlwengula.

Owesifazane oneminyaka engu-27 ubudala uthi wadlwengulwa waphinde wahlukunyezwa nangocansi yiphoyisa eliphezulu edolobheni.

OLUNYE UDABA: Iphoyisa ezinsolweni zokuzama ukudlwengula

"Ipid iqinisekise ukuthi kuphenywa icala lokudlwengulwa. Kusolwa ukuthi isigameko senzeka ngomhlaka-29 Mashi 2016 ngemuva kokuba isisulu siye esiteshini samaphoyisa siyolanda imoto yaso ebisemaphoyiseni ngenxa yophenyo," kusho uRobbie Raburabu ibamba lesikhulumi se-Ipid.

Isisulu sithe sadlwengulwa yiphoyisa elinguLieutenant-colonel elineminyaka engu-43 ubudala ethoyilethi esiteshini samaphoyisa ngaphambi kokunikwa izikhiye zemoto, kubika iPretoriaNews.

“Like” ikhasi lethu kuFacebook ukuze uthole izindaba ngolimi lwakho                                

 - Landela IzindabaNews24 kuTwitter

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.