I-Iron Duke ihlela ukulanda uMkhwanazi

2017-11-20 11:01

Durban - USihlalo we-Orlando Pirates u-Irvin "Iron Duke" Khoza uhlela ukuqinisa udonga lwakhe lwasemuva ngesitobha seBidvest Wits okuthiwa uzimisele ngokushaya indesheni kubaphathi bayo ukuze bamudedelele sona.

IBucs izobhekana neLamontville Golden Arrows kuasa ngoLwesibili ngo-19:30 e-Orlando Stadium, eSoweto.

IBucs iya kulo mdlalo nje umqeqeshi wayo uMilutin "Micho" Sredojevic usanda kuphumela obala ukuthi udinga izitobha ngoba udonga lwakhe lwasemuva luyaxega.

Njengoba sekusele amasonto ambalwa kuvalwe iwindi lokudayiselana ngabadlali, leli phephandaba lithole ukuthi uKhoza uhlela ukuhlangana nabaphathi beWits ukuzeimdedelele uBuhle Mkhwanazi odlala emuva oke wahlala isikhathi eside elimele.

Kuthiwa uKhoza ukhohlwa wukuthi uMkhwanazi angaba yisisombululo emuva njengoba bexega. Imithombo yeLANGA engaphakathi kwiBucs ithi uKhoza njengoba ethule nje amakhadi akhe uwadlalela esifubeni.

OLUNYE UDABA: UMBONO: ‘Baba uKhoza sicela usilandele uKrol noma uMashaba’

"Uma sekuvulwe iwindi lokudayiselana ngabadlali angase asayinise abadlali abathathu abavutha bhe. Kubona kukhona abadlali bangaphandle aseqalile ukuxoxa nabo.

"Ngakolunye uhlangothi uBenard Morrison liyamfimfa ikusasa lakhe futhi angase axoshwe ukuze kuvuleke uphawini wabadlali bangaphandle. Kuleli uhlela ukushela iWits imdedelele uMkhwanazi.

"UKhoza umthanda ukufa uMkhwanazi ubona engaba yisixazululo odongeni lwabo olubukeka luvuza. Kodwa-ke sizobona kugcina kanjani ngoba iwindi selizovulwa," kusho umhtombo waleli phephandaba ozazi zonke ezithinta iPirates.

Imizamo yokuthola uKhoza ukuba aphawule ngalolu daba iphunzile njengoba ucingo lwakhe belukhala lungabanjwa. 

UJose Ferreira isikhulu esiphezulu kwiWits, uthi okwamanje abakahleli ukumdayisa uMkhwanazi. "Kuthina sisenezinkinga emuva silinyalelwa njalo. Sisebhizinisini nathi ngeke sikwazi ukudayisa umdlali wethu omqoka," kusho uFerreira.

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
 

And the Paws24 and Hill's winners are ...

Find out who the winners of our Paws24 pet pics and Q&a competitions are...

 

Paws

Keep your family and pets safe from rabies
5 scientific benefits of owning a cat
Why we love cats
8 great natural remedies for your pet
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.