I-MKMVA ifuna kuphenywe amabhange

2017-02-18 09:00

Johannesburg - UMkhonto we Sizwe military veterans association usunxuse ukuba kusungulwe ikhomishana yamajaji ezophenya amabhange ngemuva kokuba iKhomishana yezokuNcintisana ithole ukuthi kunamabhange angu-17, awakuleli nawangaphandle, asebenzisana ngenhloso yokudala omthelela othize ekuhwebeni ngemali yangaphandle, yaphinde yaphakamisa ukuba ahlawuliswe u-10% wenzuzo yonyaka.

Usihlalo wale nhlangano uKebby Maphatsoe uthe kumele zijeziswe kanzima izinkampani ezizimele ezinenkohlakalo.

OLUNYE UDABA: BUKA: Isimanga umfana, 10, ekhuluma izilungu ezingu-10

"Uhulumeni kumele athathe isinyathelo ngokungananazi, sinomusa kakhulu uma sekuyiwa ezinkampanini ezizimele ezigcwele inkohlakalo kodwa uma kunguhulumeni noma amalungu e-ANC kuvungama wonke umuntu kubengathi kuqhume ibhomu,” kusho uMaphatsoe.

IKhomishana yezokuNcintisana ithole ukuthi amabhange athintekayo ahlanganisa i-Absa, Standard Bank ne-Investec kanti ayesebenzisa inkundla yezokuxhumana yeBloomberg ukusebenzisana kusukela ngo-2007.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.