I-MTN inqume ukunikezela nge-Call Center yayo kwinkampani ezimele

2016-08-16 08:16

Durban – Kungahle kuqubuke isiteleka kulandela isinqumo senkampani yezokuxhumana i-MTN ngokunikezela ngomsebenzi we-Call Centre kwizinkampani ezizimele.

Inyunyana emele abasebenzi bezokuxhumama iCWU izoba nomhlangano nale nkampani kanti umphumela wayo yiwona ozoveza ukuthi bayateleka na noma cha.

OLUNYE UDABA:I-MTN ihlela ukunxephezela amakhasimende

UMengameli wale nyunyana uClyde Mervin utshele abe-Fin24 ngoMsombuluko ukuthi babe nomhlangano namalunga ale nyunyana mayelana nalolu daba.

“Isiteleka ngeke sigwemeke, okwamanje besingakasenzi isinqumo mayelana nosuku kodwa ngeke sikuvumele lokhu okwenzekayo,”kusho uMervin.

Kusenjalo uNhlanhla Qwabe ongumphathi kwandabazabantu kule nkampani uthi bazokuthokozela ukuhlangana nenyunyana kuboniswane futhi kube khona ukucaciseleka ngalesi sinqumo esesikhishiwe.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.