I-NFP ayifuni ukugoba uphondo njengoba ivalelwe ngaphandle

2016-07-04 13:31

Durban – INational Freedom Party isikhishwe ngokusemthethweni ekungeneleni ukhetho lohulumeni basekhaya ngenyanga ezayo, kusho isikhulu ngoLwesine.

Okhulumela i-NFP uSabelo Sigudu uthe abameli beqembu babazise ngoMgqibelo ukuthi libehlulile icala ebelisenkantolo yezokhetho.

Iqembu lizamile ukuphonsela isinqumo se-Electoral Commission of SA's (IEC) sokuvalela ngaphandle leli qembu okhethweni ngoba lehlulekile ukukhokha imali yokubhalisa ngaphambi komhlaka 2 Juni, owawubekiwe.

Funda nalolu daba: Ubaba nendodana bahlaselwe yizingwenya

"Sizokwenza konke okusemandleni, okubalwa kukhona nokubabela eNkantolo yoMthethosisekelo ngalolu daba, ngoba baningi abantu abalindele ukuvotela iNFP,” kusho uSigudu.

Ikomidi eliphezulu leqembu kulindeleke libenomhlangano ngoMsombuluko ukudingida isinyathelo esilandelayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.