I-NFP izobikela iSilo ngokugula kuka-VZ

2016-07-28 11:30

Durban - Iqembu le-NFP selithathe isinqumo sokubikela iSilo samaBandla wonke, uGoodwill Zwelithini, ngokugula kukaMengameli uZanele Magwaza Msibi, kubika iSolezwe.

I-NFP ithathe lesi sinqumo njengoba sekuyophela unyaka wesibili uKaMagwaza Msibi exinwe ukugula selokhu ahlaselwa yisifosohlangothi ngo-2014.

Funda nalolu daba: Ugence inkosikazi yomfowabo eyinuka ngokuthakatha

Ibamba likasihlalo we-NFP, uBheki Gumbi, uthe bazohlangana neSilo namhlanje ukuze basibikele ngokugula kukaMagwaza Msibi.

Uthe bazophinde basibikele nangezinye izinkinga ezikhungethe iqembu, ezihlanganisa ukungakwazi ukungenela ukhetho lohulumeni bezindawo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.