I-NFP izokwazi ukumela ukhetho eNquthu

2016-07-08 17:31

Durban - Akuphelile nge-NFP okhethweni lomasipala basekhaya njengoba sekuvele ukuthi ingakwazi ukumela ukhetho endaweni yaseNquthu.

IKhomishana Ezimele yoKhetho iqinisekise lokhu kwiphephandaba laseThekwini iMercury. INquthu iyona yodwa indawo eyakhokhelwa ileli qembu.

OLUNYE UDABA:I-NFP iphika eyokuthi ngeke ibe yingxenye yokhetho

"Kubonakala sengathi bakhokha ngesikhathi kule ndawo,"kusho uThabani Gwiri okhulumela i-IEC.

UNgwiri akakwazanga ukuchaza ukuthi kwenzeka kanjani ukuthi kukhishwe i-NFP ohlwini lwabazomela ukhetho eNquthu ngesonto eledlulo.

Oyisekela likamengameli we-NFP u-Alex Kekana uthe umasipala waseNquthu uyena yedwa owakhokhelwa ngoba abaholi baleliqembu kule masipala basebenzisa imali yabo ukukhokhela ukhetho.


NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.