I-NPA 'yabambezela' ukushushiswa kwabasolwa kolwe-state capture - OKlebe

2018-02-28 14:00

Cape Town - OKlebe babesebevele belilungisile ngoNovemba idokodo mayelana nokubandakanyeka kwabakwaGupta kumklamo wase-Estina Dairy Farm.

Kodwa iNational Prosecuting Authority (NPA) yaze yabanikeza imvume yokubopha abasolwa ngoFebhuwari.

Ngaleso sikhathi, u-Ajay Gupta wayengasekho eNingizimu Afrika.

Lowo oyibamba leNhloko yoKlebe uYolisa Matakata utshele ikomidi lamaphoyisa ePhalamende ngoLwesithathu ukuthi i-NPA ayizange "ilubambezele uphenyo mayelana ne-State capture, kepha yabambezela ukuyiswa kwalolu daba enkantolo".

OLUNYE UDABA: 

Amalungu ePhalamende awazange akuthokozele ukuzwa lokhu.

Ilungu leDemocratic Alliance ePhalamende uDianne Kohler Barnard uthe kunezinkomba zokuthi nayo i-NPA ibanjwe ngobhongwane ngokwayo, wabuza ukuthi ngabe lokho kuyingxenye yophenyo loKlebe kolweState capture na.

UMatakata uthe akukho okubambekayo mayelana nokuthi i-NPA ilawulwa ngabathile, kepha uzwakalise "ukukhathazeka"ngalowo obengungqongqoshe wamaphoyisa uFikile Mbalula nomqondisi wezokushushiswa komphakathi uShaun Abrahams.

"Angazi noma lokho abakwenza kwaba ngamabomu noma cha," esho. "Nokho kalukho uphenyo mayelana nokuthi iNPA ibanjwe ngobhongwane noma cha."

Udaba oluphelele lapha.


Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.