I-NSFAS izosebenzisana neSARS ukuthola abangakhokhi

2016-07-14 13:32

Johannesburg - Okhulumela iNational Student Financial Aid Scheme uKagisho Mamabolo uthi banethemba lokuthi bazokwazi ukubuyisa imali abayikweletwayo, njengoba manje isivumelekile ukuba ithole imininingwane yabantu kwi-SARS.  

I-NSFAS inikezwe igunya ngemuva kokwenziwa kwezinguquko kwi-Tax Administration Act ngeleldule.

Iningi labantu ababefunda emanyuvesi elisebenzayo, aliyazisi iNSFAS ukuze likhokhe imali.

Funda nalolu daba: Izidudla zinengqondo encane kunezilenda - Ucwaningo

Ngaleyo ndlela i-NSFAS ikweletwa imali elinganiselwa ku-R14 billion.

I-NSFAS ithi lokhu kuzosiza ekutheni kutholakale abantu abangafuni ukukhokha, abazisebenza bona nalabo abangasebenzeli uhulumeni noma izinkampani ezinkulu, kubika iSABC.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.