I-PSL ihlawulise usihlalo weLidoda Duvha

2017-02-10 11:00

Johannesburg - USihlalo weBlack Leopards, uDavid Thidiela, uhlawuliswe imali engu-R200 000 yikomidi le-Premier Soccer League eliqondisa izigwegwe.

Imali engango-R150 000 ilengisiwe iminyaka emibili nokusho ukuthi umphathi weLidoda Duvha uzokhokha imali engango-R50 000.

Leli qembu libuye lahlawuliswa imali engango-R200 000 nayo elengiswe iminyaka emibili.

OLUNYE UDABA:I-PSL ijezise kanzima ikilabhu kaMpisane

UThidiela ulahlwe amacala amabili okuhlukumeza izisebenzi ezazilawula umdlalo ngesikhathi iqembu lakhe lidlali kuNational First Division ne-Royal Eagles FC ngomhlaka-17 Disemba 2016.

UThidiela ubuye wamiswa emidlalo emine, kodwa futhi naso lesi sigwebo silengiswe iminyaka emibili, kubika iDaily Sun.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.