I-PSL isigunyaze ukuthengwa kweFree State Stars - Umbiko

2016-07-13 13:30

Johannesburg - Kubikwa ukuthi isiphakamiso sokudayiswa kweFree State Stars ezothengwa yiMoroka Swallows sesamukeliwe yiPremier Soccer League.

Imithombo yeSoccerLaduma ithi iPSL isisihlolile isimo yagunyaza ukuba kuqhubeke ukuthengiselana ngaphambi kokuqala kwesizini entsha.

Funda nalolu daba: Ubonakale kwiChippa obengumdlali wePirates

Njengamanje kubukeza sengathi sekusele ukuba izikhulu zisayine besekuphothulwa zonke izinto ngokudayiselana kweqembu.

ISwallows yagawulwa yizembe kuPSL ekupheleni kwesizini ka-2014/15 kodwa akugcinanga lapho njengoba ngesizini edlule iphinde yagawulwa yizembe naku-NFD njengoba ibisizodlala ku-ABC Motsepe League ngesizini ezayo.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.