I-SABC inqabele izintatheli ukuba zibuyele emsebenzini

2016-07-27 13:31

Johannesburg - Izintatheli ezine zaseSABC zinqatshelwe ukuba zibuyele emsebenzini nakuba iNkantolo yesabaSebenzi ikhiphe isinqumo esithi ukuxoshwa kwazo akukho semthethweni.

I-SABC namhlanje ekuseni ithe izosidlulisa isinqumo senkantolo sokuba zibuyiselwe emsebenzini, futhi ngeke izibuyisele emsebezini.

Funda nalolu daba: Siyakhula isibalo sezingane ezidlwengula izingane ezincane

Ngemuva kokulinda amahora amabili esangweni, ibamba lenhloko yezindaba uSimon Tebele ibatshele ukuthi iSABC iyasidlulisa isinqumo senkantolo.

"Ngitshelwe ukuthi okwamanje ngeke ngibuyele emsebenzini,” kusho uTebele etshela izintatheli.

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.