I-SABC isizibuyisele emsebenzini izintatheli ezaxoshwa

2016-07-27 17:31

Cape Town – I-SABC iphinde yathatha isinqumo sokuthi zibuyiselwe emsebenzini izintatheli eziyisikhombisa ezaxoshwa, kumemezela lo msakazeli womphakathi ngoLwesithathu.

“Iziphathimandla zeSouth African Broadcasting Corporation (SABC) ziyalele ithimba labameli ne-SABC ukuba babuyisele emsebenzini izintatheli ezaxoshwa,” kusho i-SABC esitatimendeni.

OLUNYE UDABA: Sezixoshwe zonke izintatheli zakwa-SABC ebezimisiwe

Lesi sinqumo siza yize lo msakazeli uvalele ngaphandle izintatheli oFoeta Krige, Suna Venter, Krivani Pillay noJacques Steenkamp emahhovisi awo oseGoli ngoLwesithathu ekuseni.

Lezi zintatheli zaxoshwa ngemuva kokuphikisana nesinqumo se-SABC sokungazitshengisi izithombe zodlame uma kunemibhikisho.

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.