I-SACP ifuna kuphele isonto elizayo engasekho uMotsoeneng eSABC

2016-07-07 10:01

Johannesburg - I-SACP yinhlangano yakamuva esicele uMotsoeneng ajeziswe ngokuphatha iSABC kungathi eyakhe.

Izinhlangano ezifana ne-SOS Coalition, Media Monitoring Africa, Freedom of Expression Institute, Right2Know Campaign, neNational Association of Manufacturers in Electronic Components, zibhikishe ngaphandle kwamahhovisi eSABC ngokubambisana neSACP ngoLwesithathu.

Lezi zihlangano zifuna uMotsoeneng, ongafunanga ukwamukela incwadi yezikhalazo, ukuba esule esikhundleni sakhe zingakaphezi izinsuku eziyisikhombisa, uma kungenjalo kusazoshuba.

Funda nalolu daba: Kushone abathathu engozini yomgwaqo

Lezi zinhlangano zithi ukuqondiswa kwezigwegwe kwezintatheli kanye nabahleli kumele kuhoxiswe.

Laba bamiswe emsebenzini kulandela ukuphonsela inselelo imigomo yeSABC yokuhlunga izindaba.

Isekela lesibili leSACP uSolly Mapaila lithe isikhulu esabekwa ngokungemthetho kumele sihambe.

 - IOL

 – "Like" ikhasi lethu ku-Facebook uze ukwazi ukujoyina inkulumo ngolimi lwakho.

 – Landela IzindabaNews24 kuTwitter (@IzindabaNews24).

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.