I-SACP ifuna zithathelwe izinyathelo izinkampani zakwaGupta

2017-09-18 09:39

Johannesburg - Iphini lokuqala likanobhalala jikelele weSACP uSolly Mapaila, lithi kuzomele zonke izinkampani ‘zakwaGupta’ eNingizimu Afrika zithathelwe izinyathelo ngokushesha.

Uthi umbiko we-KPMG uveza ubukhulu bomonakalao osudalwe yi-state capture ezweni. 

UMapaila ubethula isifundo ngo-Ahmed Kathrada eNelspruit ngeSonto.

OLUNYE UDABA: Ushonile owesilisa ogwilise edamini

"I-KPMG ithathe isinyathelo eLondon, thina asenzi lutho lapha; kuzomele ithathelwe izinyathelo. Akukho esikwenzayo lapha, ekubeni izinto eziningi zenzeka la kakhulu…singuhulumeni onjani?

“Yingakho maqabane, imashi efana neyeCosatu ibalulekile…ngoba ilwisana ne-state capture. Yingakho kumele kuthathwe izinyathelo – ‘lokhu kudalwa’ nawukuthi ubuholi bethu, okubalwa noMengameli Jacob Zuma, buyasetshenziswa."

UMapaila akazange ananaze ezwakalisa ukudumala kwakhe ngamadlelandawonye aholw anguMengameli Zuma.

-SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
Most Read
News In Your Area
Top Lifestyle
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.