I-SACP ne-Cosatu ithi isikulungele ukubhekana noMengameli

2017-10-26 09:37

Johannesburg -I-South African Communist Party (SACP) neCongress of South African Trade Unions (Cosatu), bathi sebekulungele ukubhekana ngqo noMengameli uJacob Zuma.

Bathi bafuna ukunikezwa ithuba lokuchaza ukuthi kungani befuna uMengameli ukuba ashenxe esikhundleni.

OLUNYE UDABA:I-SACP ithi imile ekutheni ufuna ehle esikhundleni uZuma

Kulindeleke ukuba babambe umhlangano ne-African National Congress (ANC) namuhla (ngoLwesine) okuwumhlangano owawufanele uhlale ekuqaleni konyaka kepha wahlehliswa yiqembu elibusayo ngoba yayifuna umbimbi lucacise ngezitatimende zalo mayelana nomengameli.

Lo mhlangano uthathwa njengobucayi kakhulu njengoba uzokwenzeka esikhathini lapho umbimbi lubukeka lungabumbene kulandela ukuqhubeka kwezigameko ezitshengisa ukuthi isimo sishubile ngaphakathi.

Kodwa okubhekwe ngamehlo abomvu ukuthi lezi zinhlangano zizothatha ziphi izinyathelo ukuzwakalisa ukuthi uMengameli ehle esikhundleni nokuthi anikeze izizathu zokuxosha kwakhe uBlade Nzimande.


 - EWN

Join the conversation!

24.com encourages commentary submitted via MyNews24. Contributions of 200 words or more will be considered for publication.

We reserve editorial discretion to decide what will be published.
Read our comments policy for guidelines on contributions.
NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.

Settings

Location Settings

News24 allows you to edit the display of certain components based on a location. If you wish to personalise the page based on your preferences, please select a location for each component and click "Submit" in order for the changes to take affect.




Facebook Sign-In

Hi News addict,

Join the News24 Community to be involved in breaking the news.

Log in with Facebook to comment and personalise news, weather and listings.