I-SAHRC ikhathazekile ngokubulawa kwabangama-albino

2018-03-22 16:01

Johannesburg - ISouth African Human Rights (SAHRC) izwakalise ukukhathazeka kwayo ngemikhuba ephula amalungelo abanye abantu.

Ikhomishana ibiphawula ngohide lwezigameko zokuhlukunyezwa kwamalungelo nokubulawa kwabantu abaphila nebala elimhlophe eMpumalanga.

OLUNYE UDABA:ISilo samaBandla sigxeke ukubulawa kwama-albino

Izingane ezimbili, enye yazo iyi-albino, zathunjwa zikubo eVosman eduzane naseMalahleni kwathi ngokuhamba kwesikhathi zatholwa ziyizidumbu kulesi sigameko okusolwa kuso ukuthi lezi zingane zabulawa ukuze kuzothkwa umuthi ngezicubu zazo.

Kwesinye isigameko ePienaar ngaphandle kwaseMbombela, kwambiwa ithuna lomuntu oyi-albino, isidumbu sakhe satholakala sishumpuliwe.

Ngokusho kowe-SAHRC, uJonas Sibanyoni, le mikhuba iphambana noMthethosisekelo wewe.

 - Ivideo:

 - SABC

NEXT ON NEWS24X

AB praises selfless skipper

2010-11-21 18:15

Inside News24

 
/News
Traffic Alerts
Traffic
There are new stories on the homepage. Click here to see them.
 
English
Afrikaans
isiZulu

Hello 

Create Profile

Creating your profile will enable you to submit photos and stories to get published on News24.


Please provide a username for your profile page:

This username must be unique, cannot be edited and will be used in the URL to your profile page across the entire 24.com network.